UEksodusi 18:22 - Contemporary Zulu Bible 202422 Mabahlulele abantu ngaso sonke isikhathi; zonke izindaba ezinkulu ziyakuziletha kuwe, kepha zonke ezincane ziyakwahlulela; ngakho-ke kuyoba lula kuwe, futhi bayothwala umthwalo kanye nawe. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE22 Akube yizona ezahlulela abantu ngezikhathi zonke, kulethwe kuwe zonke izindaba ezinkulu; kepha zonke izindaba ezincane zahlulelwe yizo uqobo, kuze kube lula kuwe, zithwalisane nawe. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202022 Makube yibona abehlulela abantu ngezikhathi zonke; balethe kuwe zonke izindaba ezinkulu, kodwa amacala amancane mawanqunywe yibo, ukuze bawenze ube lula umthwalo wakho, bathwalisane nawe. Uka jalj uñjjattʼäta |