UEksodusi 16:3 - Contemporary Zulu Bible 20243 Abantwana bakwa-Israyeli bathi kubo: “Sengathi safa ngesandla sikaJehova ezweni laseGibithe, sihlezi ngasemakhanzini enyama, sidla inala yesinkwa; ngoba nisikhiphise kuleli hlane ukuba nibulale lonke leli bandla ngendlala. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE3 Abantwana bakwa-Israyeli bathi kubo: “Sengathi nga safa ngesandla sikaJehova ezweni laseGibithe, lapho sasihlezi ngasemakhanzini enyama, sidla isinkwa sisutha, ngokuba nisiphumisele kuleli hlane ukuyobulala lonke leli bandla ngendlala.” Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 20203 Abantu bakwa-Israyeli bathi kubo: “Sengathi ngabe safa ngesandla sikaSimakade eGibhithe, lapho sasihlala ngasemabhodweni, sidle inyama nokunye ukudla sisuthe; kunokuba nisilethe lapha kuleli hlane, nizobulala lonke leli bandla ngendlala.” Uka jalj uñjjattʼäta |
Kodwa konke okuphuma emlonyeni wethu siyakukwenza nokushunqisela inkosikazi yezulu umusi, siyithululele iminikelo yokuphuzwa, njengalokho senzile, thina nawobaba, namakhosi ethu, nezikhulu zethu, emizini. KwaJuda nasezitaladini zaseJerusalema; ngokuba sasinokuningi ukudla ngaleso sikhathi, sasiphilile, asibonanga bubi.