1 UJehova wakhuluma kuMose, wathi:
1 USimakade wathi kuMose:
UJehova wakhuluma kuMose naku-Aroni ezweni laseGibithe, wathi:
UJehova wakhuluma kuMose, wathi:
Akazange asuse insika yefu emini noma insika yomlilo ebusuku phambi kwabantu.
Yisho kubantwana bakwa-Israyeli ukuba baphenduke, bamise ngaphambi kwePhihagiroti, phakathi kweMigidoli nolwandle, malungana neBali Sefoni; ngalokho uyakumisa ngaselwandle.
Basuka e-Etamu, babuyela ePhi-Hagiroti elingaphambi kweBali Sefoni, bamisa phambi kweMigidoli.
Ngakhipha oyihlo eGibithe, nafika olwandle; abaseGibithe baxosha oyihlo ngezinqola nangabamahhashi kwaze kwaba seLwandle LwaseShelefu.