UEksodusi 12:39 - Contemporary Zulu Bible 202439 Babhaka amaqebelengwane angenamvubelo ngenhlama abayikhipha eGibithe, ngokuba yayingavutshelwe; ngoba baxotshwa eGibhithe, kabalibalanga, njalo kabalungiselelanga ukudla. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE39 Ngenhlama abaphuma nayo eGibithe benza amaqebelengwane angenamvubelo, ngokuba yayingavutshelwe, lokhu baxoshwa eGibithe bengenakulibala, futhi bengazilungiselanga mphako. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202039 Benza amaqebelengwane ngenhlama ababephume nayo eGibhithe; yayingenamvubelo ngokuba babexoshiwe eGibhithe bengasenakulinda, noma bagaye umphako. Uka jalj uñjjattʼäta |