Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UEksodusi 12:21 - Contemporary Zulu Bible 2024

21 UMose wabiza onke amadoda amadala akwa-Israyeli, wathi kuwo: “Phumani nizithathele iwundlu ngokwezizukulwane zenu, nilihlabe iphasika.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 UMose wayesebiza amalunga akwa-Israyeli, wathi kuwo: “Hambani nizithathele amawundlu ngokwemindeni yenu, nihlabe iphasika.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

21 UMose wayesewabiza wonke amalunga akwa-Israyeli, wathi kuwo: “Hambani, nithathele imindeni yenu amawundlu, niwahlabele iphasika.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UEksodusi 12:21
18 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Inkosi yayisiyala bonke abantu, yathi: “Menzeleni uJehova uNkulunkulu wenu iphasika njengokulotshiweyo encwadini yalesi sivumelwano.”


Ngokuba abapristi namaLevi babehlanjululwe kanyekanye, bonke babehlambulukile, bazihlabela zonke iziboshwa, nabafowabo, nabapristi, nabo ngokwabo iphasika.


Ngakho kumelwe ukudle; niboshiwe izinkalo zenu, nezicathulo zenu ezinyaweni zenu nodondolo lwenu esandleni senu; futhi kumelwe ukudle ngokushesha; kuyiPhasika leNkosi.


Ungadli okuvutshelweyo; kuzo zonke izindawo zenu zokuhlala niyakudla isinkwa esingenamvubelo.


Khulumani kuyo yonke inhlangano yakwa-Israyeli, nithi: Ngolweshumi lwale nyanga bayakuzithathela yilowo nalowo imvu ngokwezindlu zawoyise, iwundlu ngendlu.


UJehova wayesethi kuMose: “Phuma phambi kwabantu, uthathe amalunga akwa-Israyeli nawe; nentonga yakho owashaya ngayo umfula, yiphathe esandleni sakho, uhambe.


UMose weza wabiza amalunga abantu, wabeka phambi kwawo onke lawa mazwi uJehova amyale ngawo.


Hamba, ubuthe amalunga akwa-Israyeli, uthi kuwo: INkosi, uNkulunkulu wawoyihlo, uNkulunkulu ka-Abrahama, ka-Isaka, noJakobe, ibonakele kimi, yathi: Nginihambele, ngabona okwenziwa kini. EGibhithe:


INkosi yasisithi kuMozisi: Ngibuthele amadoda angamatshumi ayisikhombisa kubadala bakoIsrayeli, owaziyo ukuthi bangabadala babantu lezinduna zabo; uwalethe etendeni lokuhlangana, ukuze ame khona nawe.


Banatha bonke isiphuzo esifanayo sokomoya, ngokuba baphuza edwaleni lomoya elalibalandela, lelo Dwala lalinguKristu.


Ngokukholwa wenza iPhasika nokufafazwa kwegazi, ukuze obhubhisa amazibulo angawathinti.


Abantwana bakwa-Israyeli bamisa eGiligali, bagcina iphasika ngosuku lweshumi nane lwenyanga kusihlwa emathafeni aseJeriko.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka