UDuteronomi 7:21 - Contemporary Zulu Bible 202421 Ungabesabi, ngokuba uJehova uNkulunkulu wakho unawe, uNkulunkulu onamandla nowesabekayo. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE21 Ngalokho awuyikuzesaba, ngokuba uJehova uNkulunkulu wakho uphakathi kwakho, uNkulunkulu omkhulu nowesabekayo. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202021 Ngalokho-ke ungazesabi, ngokuba uSimakade uNkulunkulu wakho, uNkulunkulu omkhulu nowesabekayo, uphakathi kwakho. Uka jalj uñjjattʼäta |
Ngakho-ke, Nkulunkulu wethu, Nkulunkulu omkhulu, onamandla nowesabekayo, ogcina isivumelwano nomusa, makungabi kuncane konke ukuhlupheka phambi kwakho osehlele, phezu kwamakhosi ethu, naphezu kwezikhulu zethu, naphezu kwabapristi bethu. Naphezu kwabaprofethi bethu, naphezu kwawobaba, naphezu kwabo bonke abantu bakho, kusukela esikhathini samakhosi ase-Asiriya kuze kube namuhla.