UDuteronomi 6:13 - Contemporary Zulu Bible 202413 Kumelwe umesabe uJehova uNkulunkulu wakho, umkhonze, ufunge igama lakhe. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE13 “Womesaba uJehova uNkulunkulu wakho; wokhonza yena, ufunge igama lakhe. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202013 “Mesabe uSimakade uNkulunkulu wakho; umkhonze Yena, ufunge igama lakhe. Uka jalj uñjjattʼäta |
Lowo mprofethi, noma lowomphuphi wamaphupho, uyobulawa; ngoba ukhulume ukuthi akususe kuJehova uNkulunkulu wakho owakukhupha elizweni leGibhithe, wakuhlenga endlini yobugqili, ukuthi akuxotshe endleleni uJehova uNkulunkulu wakho akulaya ukuthi uhambe ngayo. Ngalokho kumelwe ususe ububi phakathi kwakho.