Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UDuteronomi 4:36 - Contemporary Zulu Bible 2024

36 Wenza ukuba uzwe izwi lakhe esezulwini ukuba anifundise; nasemhlabeni wanikhombisa umlilo wakhe omkhulu; nawezwa amazwi akhe ephakathi komlilo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

36 Esezulwini wakuzwisa izwi lakhe ukuba akufundise; emhlabeni wakubonisa umlilo wakhe omkhulu; wena wezwa amazwi akhe evela phakathi komlilo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

36 Esezulwini wakuzwisa izwi lakhe ukuba akufundise; emhlabeni wakubonisa umlilo wakhe omkhulu; wawezwa amazwi akhe evela phakathi komlilo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UDuteronomi 4:36
12 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Nawe wehlela entabeni yaseSinayi, wakhuluma kubo usezulwini, wabanika izimiso eziyiqiniso, nemithetho eqinisileyo, nezimiso, nemiyalo emihle;


Intaba yaseSinayi yathunqa umusi, ngokuba uJehova wehlela phezu kwayo esemlilweni; umusi walo wenyuka njengomusi wesithando, nentaba yonke yazamazama kakhulu.


Lapho izwi lecilongo selikhala kakhulu futhi likhula kakhulu, uMose wakhuluma, futhi uNkulunkulu wamphendula ngezwi.


INkosi yasisithi kuMozisi: Khangela, ngiza kuwe ngiseyezini elinzima, ukuze abantu bezwe, lapho ngikhuluma kuwe, bakholwe kuwe kuze kube nininini. UMose wakhuluma amazwi abantu kuJehova.


Inkazimulo kaJehova yahlala entabeni yaseSinayi, ifu layisibekela izinsuku eziyisithupha; ngosuku lwesikhombisa wabiza uMose efwini.


UJehova wakhuluma kini ephakathi komlilo; nezwa izwi lamazwi, kepha anibonanga mfanekiso; wena wezwa izwi kuphela.


Ngakho zinakekeleni; ngoba anibonanga mfanekiso mhla uJehova ekhuluma kini eHorebe ephakathi komlilo.


Bake balizwa yini izwi likaNkulunkulu likhuluma liphakathi komlilo, njengalokho nina nizwile, baphile, na?


Kumelwe uqaphele enhliziyweni yakho ukuthi njengalokhu umuntu elaya indodana yakhe, kanjalo uJehova uNkulunkulu wakho uyakulaya wena.


Ngokuba anizanga entabeni ethintwa, eshiswa umlilo, nobumnyama, nobumnyama, nesiphepho,


Qaphelani ukuthi ningamali okhulumayo. Ngokuba uma bengaphunyukanga abamala lowo owakhuluma emhlabeni, kakhulu kangakanani thina, uma simfulathela okhuluma esezulwini;


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka