UDuteronomi 4:29 - Contemporary Zulu Bible 202429 Kodwa uma nifuna uJehova uNkulunkulu wenu lapho, niyomthola, uma nimfuna ngayo yonke inhliziyo yenu nangawo wonke umphefumulo wenu. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE29 Uma nina niselapho nimfuna uJehova uNkulunkulu wenu, niyakumfumana, uma nimfuna ngayo yonke inhliziyo yenu nangawo wonke umphefumulo wenu. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202029 Niyomfuna uSimakade uNkulunkulu wenu nilapho, nimfumane. Niyakumfuna ngenhliziyo yenu yonke nangawo wonke umphefumulo wenu. Uka jalj uñjjattʼäta |
Inkosi yema ngasetsheni lesikhumbuzo, yenza isivumelwano phambi kukaJehova sokulandela uJehova, nokugcina imiyalo yakhe, nobufakazi bakhe, nezimiso zakhe ngayo yonke inhliziyo yabo nangawo wonke umphefumulo wabo, ukwenza amazwi alesi sivumelwano esimisiwe. Zilotshiwe kule ncwadi. Bonke abantu bema ngasesivumelwaneni.