Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UDuteronomi 34:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 UMose wayeneminyaka eyikhulu namashumi amabili ekufeni kwakhe; iso lakhe lalingafiphele, namandla akhe emvelo ayengakanciphi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 UMose wayeneminyaka eyikhulu namashumi amabili ekufeni kwakhe; iso lakhe lalingafiphele, amandla akhe ayengakanciphi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

7 UMose wafa eseneminyaka eyi-120, kodwa iso lakhe lalingakafiphali namandla akhe engakanciphi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UDuteronomi 34:7
11 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kwathi u-Isaka esemdala, namehlo akhe esequndekile, engasaboni, wabiza u-Esawu izibulo, wathi kuye: “Ndodana yami,” wathi kuye: “Bheka, ngilapha.”


Amehlo ka-Israyeli ayefiphele ngenxa yokuguga, engasaboni. Waziletha kuye; wasebanga, wawagona.


Uyakufika ethuneni usumdala, njengesikhwebu sikakolweni ngesikhathi saso.


Ukufakaza ukuthi uJehova uqotho: uyidwala lami, akukho ukungalungi kuye.


UMose wayeneminyaka engamashumi ayisishiyagalombili ubudala, u-Aroni eneminyaka engamashumi ayisishiyagalombili nantathu lapho bekhuluma kuFaro.


Kwathi eseneminyaka engamashumi amane ezelwe, kwafika enhliziyweni yakhe ukuhambela abafowabo, abantwana bakwa-Israyeli.


Kwathi isiphelile iminyaka engamashumi amane, kwabonakala kuye ehlane lentaba yaseSinayi ingelosi yeNkosi elangabini lomlilo esihlahleni.


Yena wabakhipha, ngemva kokuba enze izimanga nezibonakaliso ezweni laseGibhithe, naseLwandle Olubomvu, nasehlane iminyaka engamashumi amane.


Wathi kubo: “Namuhla ngineminyaka eyikhulu namashumi amabili; Angisakwazi ukungena nokuphuma; uJehova wathi kimi: “Awuyikuliwela leli Jordani.”


Abantwana bakwa-Israyeli bamkhalela uMose emathafeni akwaMowabi izinsuku ezingamashumi amathathu; zaphela-ke izinsuku zokukhala nokumkhalela uMose.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka