UDuteronomi 31:21 - Contemporary Zulu Bible 202421 “Kuyakuthi lapho ububi obuningi nezinsizi bubehlela, le ngoma ifakaze ngabo, ibe ngufakazi; ngokuba akuyikukhohlakala emilonyeni yezizukulwane zabo; ngoba mina ngiyayazi imicabango yabo abayizulazulayo khathesi, ngingakafiki elizweni engathembisa ngalo ngesifungo. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE21 Kuyakuthi lapho sebehlelwe ngokubi nezinhlupheko eziningi, leli hubo lifakaze phambi kwabo njengofakazi, ngokuba aliyikukhohlakala emilonyeni yenzalo yabo, lokhu ngiyazi imicabango yabo abayicabangayo namanje, ngingakabangenisi ezweni engalifungela bona.” Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202021 Kuyothi lapho sebehlelwe yizinhlekelele nezinhlupheko eziningi, leli hubo liyoba ngufakazi omelene nabo, ngokuba aliyukukhohlakala emilonyeni yozalo lwabo, lokhu ngiyayazi imicabango yabo abayicabangayo namhlanje, ngaphambi kokuba ngibangenise ezweni engafunga ngalo kubo.” Uka jalj uñjjattʼäta |