Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UDuteronomi 3:10 - Contemporary Zulu Bible 2024

10 yonke imizi yaseThafeni, nalo lonke elakwaGileyadi, nalo lonke iBashani, kuze kube seSaliga nase-Edireyi, imizi yombuso ka-Ogi eBashani.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 yonke imizi yasethafeni, nalo lonke elakwaGileyadi, nalo lonke iBashani kuze kube seSaleka nase-Edireyi, imizi yasembusweni ka-Ogi eBashani.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

10 sayithatha yonke imizi esethafeni lakwaGileyadi, iBhashani lonke kuze kube seSalekha nase-Edireyi, imizi yasembusweni ka-Ogi eBhashani.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UDuteronomi 3:10
10 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Indodana kaGeberi eRamoti kwaGileyadi; kuye kwakukhona imizi kaJayire indodana kaManase eseGileyadi; kuye kwakukhona isifunda sase-Arigobhi eseBashani, imizi emikhulu engamashumi ayisithupha enezindonga nemigoqo yethusi.


Abantwana bakwaGadi bahlala maqondana nabo ezweni laseBashani kwaze kwaba seSaliga.


Base bephenduka bakhuphuka ngendlela yaseBashani, u-Ogi inkosi yaseBashani waphuma ukulwa nabo, yena nabo bonke abantu bakhe, ekulweni e-Edireyi.


EBeseri ehlane ethafeni lakwaRubeni; neRamoti yakwaGileyadi kwaGadi; neGolan eBashan, kwabakwaManase.


nethafa lonke ngaphesheya kweJordani ngasempumalanga kuze kufike olwandle lwaseThafeni phansi kwemithombo yasePisga.


Umkhawulo wabo wasukela e-Aroweri elisosebeni lomfula i-Arinoni, nomuzi ophakathi nomfula, nethafa lonke eMedeba;


Umkhawulo wabo wasukela eMahanayimi, lonke iBashani, wonke umbuso ka-Ogi, inkosi yaseBashani, nayo yonke imizana yaseJayire eseBashani: imizi engamashumi ayisithupha;


Inxenye yakwaGileyadi, ne-Ashitaroti, ne-Edireyi, imizi yombuso ka-Ogi eBashani, yayingelabantwana bakwaMagiri indodana kaManase, inxenye yabantwana bakwaMagiri ngemindeni yabo.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka