UDuteronomi 27:3 - Contemporary Zulu Bible 20243 Woloba kuwo onke amazwi alo mthetho, lapho usudabulile, ukuze ungene ezweni uJehova uNkulunkulu wakho akunika lona, izwe elichichima ubisi nezinyosi; njengokusho kukaJehova uNkulunkulu wawoyihlo kini. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE3 ulobe kuwo amazwi onke alo mthetho, nxa usuwelile ukuba ungene ezweni uJehova uNkulunkulu wakho akunika lona, izwe elivame ubisi nezinyosi njengokukwethembisa kukaJehova uNkulunkulu wawoyihlo. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 20203 ulobe kuwo wonke amazwi alo mthetho, uma usuwelile ukuba ungene ezweni uSimakade uNkulunkulu wakho akunika lona, izwe elichichima ubisi noju njengoba uSimakade uNkulunkulu wokhokho benu ekhulumile kuwe. Uka jalj uñjjattʼäta |
Ngokuba abantwana bakwa-Israyeli bahamba iminyaka engamashumi amane ehlane, aze abhubha onke amaqhawe aphuma eGibithe, ngokuba bengalilalelanga izwi likaJehova; uJehova afunga kubo ukuthi akayikuba nalutho. Sibabonise izwe uJehova alifungela okhokho babo ukusinika lona, izwe elichichima ubisi nezinyosi.