Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UDuteronomi 27:13 - Contemporary Zulu Bible 2024

13 Bayakuma entabeni yase-Ebali ukuba baqalekise; uRubeni, noGadi, no-Asheri, noZebuloni, noDani, noNafetali.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 laba bayakuma entabeni yase-Ebali babe ngabokuqalekisa: oRubeni, noGadi, no-Asheri, noZebuloni, noDani, noNafetali.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

13 Nampa abayokuma entabeni i-Ebhali ukuba baqalekise: uRubeni, uGadi, u-Asheri, uZebuloni, uDani, noNafethali.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UDuteronomi 27:13
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

ULeya wakhulelwa, wazala indodana, wayiqamba igama lokuthi uRubeni; ngokuba wathi: “Impela uJehova ukubonile ukuhlupheka kwami; manje umyeni wami uyakungithanda.


Wayesethi uLeya: “UNkulunkulu unginikile ilobolo elihle; manje umyeni wami useyakuhlala nami, ngokuba ngimzalele amadodana ayisithupha; waqamba igama layo ngokuthi uZebuloni.


Kuyakuthi lapho uJehova uNkulunkulu wakho esekungenise ezweni oya kulo ukulidla, ubeke isibusiso entabeni yaseGerizimu nesiqalekiso entabeni yase-Ebali.


Bamelwe ukuma entabeni yaseGerizimu ukuze babusise abantu lapho niwela iJordani; oSimeyoni, noLevi, noJuda, no-Isakare, noJosefa, noBenjamini;


AmaLevi kumelwe akhulume futhi akhulume ngezwi elikhulu kuwo wonke amadoda akwa-Israyeli athi:


Ngakho-ke nxa selichapha iJordani lizamisa lamatshe engililaya ngawo lamuhla entabeni yeEbali, liwanameke ngodaka.


Wonke u-Israyeli, namalunga akhe, nezikhulu, nabahluleli bakhe, bema ngalapha komphongolo nangapha phambi kwabapristi, amaLevi athwala umphongolo wesivumelwano sikaJehova, nomfokazi, naye wazalwa phakathi kwabo; inxenye yabo malungana nezintaba zeGerizimu, nenxenye yabo malungana nentaba yase-Ebali; njengalokho uMose inceku kaJehova ayala ngaphambili ukuba babusise abantwana bakwa-Israyeli.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka