Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UDuteronomi 24:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 Uma indoda yokugcina imzonda, imbhalele incwadi yesahlukaniso, imnike esandleni, imxoshe endlini yakhe; noma isifa indoda yokugcina eyamthatha abe ngumkayo;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Uma indoda yesibili imala, imlobele incwadi yesahlukaniso, imnike yona esandleni sakhe, imkhiphe endlini yayo, noma le ndoda yesibili eyayimthathe abe ngumkayo ifa,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

3 Uma indoda yesibili ingasamthandi, iyombhalela incwadi yesehlukaniso, imnike yona esandleni, bese imkhipha endlini yayo, noma le ndoda yesibili ebimthathile waba ngumkayo ingafa,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UDuteronomi 24:3
7 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Usho kanje uJehova, uthi: “Iphi incwadi yesahlukaniso kanyoko, engamala na? Kumbe ngubani kwabakweletayo engithengise kuye? Bhekani, nathengiswa ngobubi benu, nangenxa yeziphambeko zenu unyoko walahlwa.


Ngabona, lapho mina, ngenxa yazo zonke izihlubuki u-Israyeli aphinge ngazo, ngamlahla, ngamnika incwadi yesahlukaniso; kepha udadewabo okhohlisayo uJuda akesabanga, kepha wahamba wafeba naye.


Kwathiwa: Loba ngubani owala umkakhe, kamnike incwadi yesehlukaniso;


Basebesithi: UMozisi wavumela ukuloba incwadi yesahlukaniso, lokumala.


“Nxa indoda ithatha umfazi, imthathe, bese kuthi lapho engasenamusa emehlweni ayo, ngokuba ifumene ukungcola kuye; makambhalele incwadi yesahlukaniso, amnike yona, amkhiphe endlini yakhe.


Nxa ephuma endlini yakhe, angahamba abe ngowomunye umuntu;


Indoda yakhe yokuqala eyamxoshayo ayinakubuye imthathe abe ngumkayo emva kokuba esengcolisiwe; ngoba kuyisinengiso phambi kukaJehova; futhi akumelwe wenze izwe uJehova uNkulunkulu wakho akunika lona njengefa one.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka