UDuteronomi 23:25 - Contemporary Zulu Bible 202425 Uma ungena ezinhlangeni ezingakavunwa zomakhelwane wakho, wokha izikhwebu ngesandla sakho; kodwa akumelwe uhlabe isikela ezinhlangeni zikamakhelwane wakho ezingakavunwa. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE25 “Lapho ungena ezinhlangeni zamabele omakhelwane wakho, ungazikha izikhwebu ngesandla sakho, kepha ungabeki isikela ezinhlangeni zamabele omakhelwane wakho. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202025 “Uma ungena ezinhlangeni zokusanhlamvu kwamakhelwane wakho, uyakukha izikhwebu ngesandla sakho, kodwa awuyukulisebenzisa isikela ezinhlangeni zokusanhlamvu kwamakhelwane wakho.” Uka jalj uñjjattʼäta |