Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UDuteronomi 22:28 - Contemporary Zulu Bible 2024

28 Uma umuntu efica intombazane eyintombi engakaganiselwa, ayibambe, alale nayo, batholakale;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

28 “Uma indoda ifumana intombi engesiyo ingoduso, iyibambe, ilale nayo, baficwe,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

28 “Uma indoda ithola intombi engesiyo ingoduso, iyibambe, ilale nayo, bese bebanjwa oqotsheni,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UDuteronomi 22:28
4 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ukuzalwa kukaJesu Kristu kwaba kanje: unina uMariya esemiselwe uJosefa, bengakahlangani wafunyanwa ekhulelwe ngoMoya oNgcwele.


Ngoba wamfica egangeni, intombazana eyayithenjisiwe yakhala, kodwa kwakungekho owayeyisindisa.


Khona-ke indoda elale nayo kumelwe inike uyise wentombazane amashekeli angamashumi amahlanu esiliva, futhi kumelwe ibe umkakhe; ngokuba emlulazile, angeze amlahla zonke izinsuku zakhe.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka