Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UDuteronomi 21:15 - Contemporary Zulu Bible 2024

15 Uma indoda inabafazi ababili, omunye ethandwa, omunye ezondwa, bayizalele abantwana, othandekayo nozondwayo; uma izibulo kuyileyo ezondwayo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 “Uma umuntu enabafazi ababili, omunye ethandeka omunye aliwa, bamzalele abantwana, othandekayo nowaliwayo, bese kuthi indodana eyizibulo ingeyowaliwayo,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

15 “Uma indoda inabafazi ababili, omunye eyintandokazi, omunye eyisaliwakazi, bayizalele amadodana, bese kuthi indodana eyizibulo ibe ngeyalowo oyisaliwakazi,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UDuteronomi 21:15
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UJakobe wathanda uRaheli; wathi: Ngizakukusebenzela iminyaka eyisikhombisa ngoRaheli indodakazi yakho encane.


UJakobe wasebenzela uRaheli iminyaka eyisikhombisa; kwaba yizinsukwana nje emehlweni akhe ngenxa yothando ayenalo ngaye.


Wabuye wakhulelwa, wazala indodana; wathi: “Ngokuba uJehova ezwile ukuthi ngiyazondwa, wanginika le ndodana; waqamba igama layo ngokuthi uSimeyoni.


URehobowamu wabeka u-Abiya, indodana kaMahakha, inhloko, abe yinhloko phakathi kwabafowabo, ngokuba wayecabanga ukumbeka inkosi.


Khona-ke kuyakuthi uma ivumela amadodana ayo ukuba abe ifa lokho anakho, angayenzi indodana yothandiweyo wakhe izibulo phambi kwendodana yozondwayo, eyizibulo ngempela;


Yayinabafazi ababili; igama lomunye lalinguHana, igama lomunye lalinguPhenina; uPhenina wayenabantwana, kepha uHana wayengenamntwana.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka