UDuteronomi 2:34 - Contemporary Zulu Bible 202434 Sayithatha yonke imizi yakhe ngaleso sikhathi, sashaya abesilisa nabesifazane nabantwana bayo yonke imizi ngesiqalekiso; asinamuntu osele. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE34 Sathatha yonke imizi yakhe ngaleso sikhathi, sachitha saqeda yonke imizi enamadoda nabesifazane nezingane; asishiyanga muntu; Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202034 Sayidla yonke imizi yakhe ngaleso sikhathi, sayibhubhisa yonke imizi eyayinamadoda nabesifazane nezingane, sayiqeda nya; kwangasala muntu. Uka jalj uñjjattʼäta |
Bamphendula uJoshuwa, bathi: “Ngokuba zatshelwa nokutshelwa ezincekwini zakho ukuthi uJehova uNkulunkulu wakho wayala inceku yakhe uMose ukuba aninike izwe lonke, abhubhise bonke abakhileyo ezweni phambi kwenu, ngalokho sahlupheka kakhulu, sesaba kakhulu. Ukuphila kwethu ngenxa yenu, futhi senza le nto.