UDuteronomi 16:6 - Contemporary Zulu Bible 20246 Kodwa endaweni uJehova uNkulunkulu wakho ayakuyikhetha ukumisa igama lakhe kuyo, lapho kumelwe uhlabele iphasika kusihlwa, ekushoneni kwelanga, ngesikhathi sokuphuma kwakho eGibhithe. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE6 kepha endaweni ayakuyikhetha uJehova uNkulunkulu wakho ukuba igama lakhe lihlale kuyo, lapho uyakuhlaba iphasika kusihlwa ekushoneni kwelanga, ngesikhathi owaphuma ngaso eGibithe. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 20206 kodwa niyokulihlabela endaweni uSimakade uNkulunkulu wenu ayoyiqokela ukuba igama lakhe lihlale kuyo. Niyolihlabela lapho iphasika ekushoneni kwelanga kusihlwa, ngesikhathi owaphuma ngaso eGibhithe. Uka jalj uñjjattʼäta |