Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UDuteronomi 15:21 - Contemporary Zulu Bible 2024

21 Uma kunesici kulo, eliqhugayo noma liyimpumputhe, noma linesici esibi, aniyikunikela ngalo kuJehova uNkulunkulu wenu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Uma linesici, liqhuga, noma liyimpumputhe, noma yisiphi isici, awuyikunikela ngalo kuJehova uNkulunkulu wakho.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

21 Uma linesici, liqhuga, noma liyimpumputhe, noma ngabe linasici sini, awuyukunikela ngalo kuSimakade uNkulunkulu wakho.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UDuteronomi 15:21
6 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Uma umhlatshelo wakhe ungumnikelo wokushiswa wezinkomo, uyakuletha iduna elingenasici; woliletha ngokuzithandela phambi kukaJehova ngasemnyango wetende lokuhlangana.


Niyakunikela ngomnikelo womlilo njengomnikelo wokushiswa kuJehova; izinkunzi ezimbili, inqama eyodwa, nezimvu zamawundlu eziyisikhombisa ezinomnyaka munye; angabi nasici kini.


Kepha uyakunikela ngomnikelo wokushiswa kuJehova, ube yiphunga elimnandi; ijongosi elilodwa, inqama eyodwa, amawundlu angamaduna ayisikhombisa anomnyaka munye; ziyakuba ngenasici kuwe.


“Awuyikuhlabela uJehova uNkulunkulu wakho inkomo noma imvu enesici noma enesifo; ngoba kuyisinengiso kuJehova uNkulunkulu wakho.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka