UDaniyeli 8:11 - Contemporary Zulu Bible 202411 Yebo, yaziphakamisa enduneni yebutho, yasuswa kuye umnikelo oshiswa imihla yonke, nendawo yendlu yayo engcwele yaphonswa phansi. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE11 Yebo, lwazikhulisa kwaze kwaba nasesikhulwini sebandla, lwasaphuca umnikelo oshiswa imihla yonke, nendawo yendlu yaso engcwele yaphonswa phansi. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202011 Yebo, lwazikhulisa kwaze kwaba kumkhuzi webandla, lwasaphuca umnikelo oshiswa imihla yonke, nendawo yendlu yaso engcwele yaphonswa phansi. Uka jalj uñjjattʼäta |
Kodwa wena uziphakamisile eNkosini yezulu; aletha izitsha zendlu yakhe phambi kwakho, wena nezikhulu zakho, omkekho, nezancinza zakho naphuza ngazo iwayini; utusile onkulunkulu besiliva, nabegolide, nabethusi, nabensimbi, nabemithi, nabetshe, abangaboniyo, abangezwa, nabangazi; futhi uNkulunkulu okuphefumula kwakho kusesandleni sakhe, futhi owakhe zonke izindlela zakho, awumkhazimulisanga.