Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UDaniyeli 7:6 - Contemporary Zulu Bible 2024

6 Emva kwalokho ngabona, bheka, enye ifana nengwe, inamaphiko amane enyoni emhlane wayo; isilo sasinamakhanda amane; lanikwa ukubusa.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 “Emva kwalokho ngabona; bheka, esinye, sinjengengwe, sinamaphiko amane enyoni emhlane; isilo sasinamakhanda amane, sanikwa ukubusa.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

6 “Emveni kwalokho ngabona; bheka, esinye sasinjengengwe, sinamaphiko enyoni amane emhlane. Lesi silo sasinamakhanda amane, sanikwa ukubusa.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UDaniyeli 7:6
10 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Uthi: Itsho njalo iNkosi uJehova; Ukhozi olukhulu olunamaphiko amakhulu, namaphiko amade, lugcwele izimpaphe, ezinemibala ehlukahlukene, lwafika eLebanoni, lwathatha igatsha eliphezulu lomsedari.


Wathi: “Uyazi yini ukuthi ngizeleni kuwe na?” manje ngiyakubuya ngilwe nesikhulu sasePheresiya; futhi lapho ngiphuma, bheka, iSikhulu saseGrisi siyeza.


Emva kwakho kuyakuvela omunye umbuso omncane kunawe, nomunye umbuso wesithathu wethusi oyakubusa emhlabeni wonke.


Eyokuqala yayinjengengonyama, inamaphiko okhozi; ngabuka, kwaze kwaba yilapho amaphiko alo ehlwithwa, yaphakanyiswa emhlabeni, yema ngezinyawo zayo njengomuntu, yanikwa inhliziyo yomuntu.


Bheka, kwakukhona esinye isilo, esesibili, sinjengebhere, simi ngalapha, sinezimbambo ezintathu emlonyeni waso phakathi kwamazinyo aso; basebesithi kuye: Vuka udle inyama enengi.


Ngakho ngizakuba njengengonyama kubo; njengengwe endleleni ngiyakubabona;


Isilo engasibonayo sasifana nengwe, nezinyawo zaso zinjengezebhere, nomlomo waso unjengomlomo wengonyama, udrako wamnika amandla akhe, nesihlalo sakhe sobukhosi, negunya elikhulu.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka