Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UDaniyeli 6:23 - Contemporary Zulu Bible 2024

23 Khona-ke inkosi yajabula kakhulu ngaye, yayala ukuba bamkhiphe uDaniyeli emgodini. UDaniyeli wakhishwa emgodini, akwafunyanwa ububi kuye, ngokuba wayekholwa kuNkulunkulu wakhe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Yayisijabula kakhulu inkosi, yayaleza ukuba uDaniyeli akhushulwe emphandwini. UDaniyeli wayesekhushulwa emphandwini, akufunyanwanga mcothu kuye, ngokuba wayemethembile uNkulunkulu wakhe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

23 Inkosi yajabula kakhulu, yayala ukuba uDaniyeli akhushulwe emphandwini. UDaniyeli wayesekhushulwa kuwo, akutholakalanga myocu kuye, ngokuba wayemethembile uNkulunkulu wakhe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UDaniyeli 6:23
18 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UHiramu esezwile amazwi kaSolomoni wathokoza kakhulu, wathi: “Makabongwe uJehova namuhla omnike uDavide indodana ehlakaniphileyo phezu kwalesi sizwe esikhulu.


Basizwa phezu kwabo, amaHagari anikelwa esandleni sabo nabo bonke ababe nabo; ngoba babethembele kuye.


Bavuka ekuseni kakhulu, basuka baya ehlane laseThekhowa; ekuphumeni kwabo, uJehoshafati wema, wathi: “Ngizweni, Juda, nani bakhileyo eJerusalema! Kholwani nguJehova uNkulunkulu wenu, niyakuqiniswa; kholwani ngabaprofethi bakhe, niyakuphumelela.


Ngokuba ngizigcinile izindlela zikaJehova, angisukanga kuNkulunkulu wami ngobubi.


Futhi uJehova uyobasiza futhi abasindise; Uyobasindisa kwababi futhi abasindise, ngoba bethembele kuye.


UJetiro wajabula ngakho konke okuhle uJehova ayekwenzile ku-Israyeli, eyayimsindisile esandleni sabaseGibhithe.


Igama likaJehova lingumbhoshongo onamandla; olungileyo ugijimela kuwo, alondeke.


Uzamlondoloza omicabango yakhe ihlezi phezu kwakho ngokuthula okupheleleyo, ngoba uthembele kuwe.


Uma kunjalo, uNkulunkulu wethu osikhonzayo angasikhulula esithandweni somlilo ovuthayo, asikhulule esandleni sakho, nkosi.


Waphendula wathi: “Bheka, ngibona amadoda amane ehamba phakathi komlilo, awalimalanga; nesimo sesine sinjengeNdodana kaNkulunkulu.


Lapho inkosi isizwa lawa mazwi, yathukuthela kakhulu, yabeka inhliziyo yayo kuDaniyeli ukuba imkhulule; wasebenza kwaze kwashona ilanga ukumkhulula.


Inkosi yayisingena endlini yayo, yachitha ubusuku izila ukudla; alethwanga izinsimbi zomculo phambi kwakhe, ubuthongo bakhe bamuka kuye.


UJesu wathi kuye: “Uma ukholwa, zonke izinto zingenzeka kokholwayo.


abathi ngokholo banqoba imibuso, benza ukulunga, bazuza izithembiso, bavala imilomo yezingonyama;


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka