Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UDaniyeli 5:14 - Contemporary Zulu Bible 2024

14 Ngizwile ngawe ukuthi umoya wawonkulunkulu ukuwe, nokuthi ukukhanya nokuqonda nokuhlakanipha okudlulele kutholakala kuwe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Ngizwile ngawe ukuthi umoya wawonkulunkulu ukuwe nokuthi kufunyenwe kuwe ukukhanya nokuqonda nokuhlakanipha okudluleleyo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

14 Ngizwile ngawe ukuthi umoya wonkulunkulu ukuwe nokuthi kufunyenwe kuwe ukukhanya, ukuqonda, nokuhlakanipha okwedluleleyo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UDaniyeli 5:14
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UFaro wayesethi kuJosefa: “Ngiphuphe iphupho, akakho ongalichaza; futhi ngizwile uthi uyakwazi ukuqonda iphupho ukuze ulichaze.


UFaro wasesithi ezincekwini zakhe: Singamthola yini onjengalo, umuntu onoMoya kaNkulunkulu?


Wembula okujulileyo nokufihliweyo: uyakwazi okusebumnyameni, nokukhanya kuhlala kuye.


Kepha ekugcineni wangena phambi kwami uDaniyeli ogama lakhe lalinguBelitshasari njengegama likankulunkulu wami, okukuye umoya wawonkulunkulu abangcwele; ngalandisa iphupho phambi kwakhe, ngathi:


Khona-ke uDaniyeli walethwa phambi kwenkosi. Inkosi yasikhuluma, yathi kuDaniyeli: Wena unguDaniyeli yini, ongomunye wabantwana bakwaJuda abadingisiwe, inkosi, ubaba, eyabahola iphuma ezweni lamaJuda na?


Manje kwalethwa phambi kwami abahlakaniphileyo, nababuka izinkanyezi, ukuba bafunde lo mbhalo, bangazise incazelo yawo, kepha azikwazanga ukusho incazelo yalolu daba.


Khona-ke lo Daniyeli wakhethwa ngaphezu kwabongameli nezikhulu, ngoba umoya omuhle kakhulu wawukuye; inkosi yacabanga ukummisa phezu kombuso wonke.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka