Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UDaniyeli 4:20 - Contemporary Zulu Bible 2024

20 Umuthi owubonileyo, owamila, waqina, okuphakama kwawo kwafinyelela ezulwini, nobuso bawo bufika emhlabeni wonke;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Umuthi owawubonayo, owakhula, waqina, obude bawo bafinyelela ezulwini nokubonakala kwawo kwaze kwaba sekugcineni komhlaba;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

20 Isihlahla osibonileyo, sakhula, saqina, obude baso bufinyelela ezulwini nokubonakala kwaso kwaze kwaba sekugcineni komhlaba;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UDaniyeli 4:20
4 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngenza ukuba izizwe zithuthumele ngomsindo wokuwa kwakhe, lapho ngehlisela eHayidese kanye nalabo abehlela egodini; futhi zonke izihlahla zase-Edene, ezikhethiweyo nezingcono kakhulu zaseLebanoni, zonke eziphuza amanzi ziyakududuzwa ezindaweni ezingaphansi komhlaba.


Bheka, umAsiriya wayengumsedari waseLebanoni, unamagatsha amahle, unengubo enomthunzi, umude; isihloko sawo sasiphakathi kwamagatsha awugqinsi.


amaqabunga awo ayemahle, nezithelo zawo zaziziningi, futhi kwakukhona kuwo ukudla kwabo bonke; okwahlala ngaphansi kwawo izilwane zasendle, nezinyoni zezulu zahlala emagatsheni awo.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka