UDaniyeli 3:1 - Contemporary Zulu Bible 20241 Inkosi uNebukadinesari yenza isithombe segolide, ukuphakama kwaso kwakuyizingalo ezingamashumi ayisithupha, nobubanzi baso buyizingalo eziyisithupha; wawumisa ethafeni laseDura esifundeni saseBabele. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE1 UNebukadinesari, inkosi, wenza isithombe segolide, ubude baso buyizingalo ezingamashumi ayisithupha, ububanzi baso buyizingalo eziyisithupha, wasibeka ethafeni laseDura esifundeni saseBabele. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 20201 UNebukhadinezari, inkosi, wenza isithombe segolide, ubude baso bungamakhubhithi angama-60, ububanzi baso bungamakhubhithi ayisithupha; wasimisa ethafeni eDura esifundeni eBhabhele. Uka jalj uñjjattʼäta |
Kodwa wena uziphakamisile eNkosini yezulu; aletha izitsha zendlu yakhe phambi kwakho, wena nezikhulu zakho, omkekho, nezancinza zakho naphuza ngazo iwayini; utusile onkulunkulu besiliva, nabegolide, nabethusi, nabensimbi, nabemithi, nabetshe, abangaboniyo, abangezwa, nabangazi; futhi uNkulunkulu okuphefumula kwakho kusesandleni sakhe, futhi owakhe zonke izindlela zakho, awumkhazimulisanga.