UDaniyeli 2:41 - Contemporary Zulu Bible 202441 Wabona izinyawo nezinzwani, inxenye ilubumba lombumbi nenxenye iyinsimbi, umbuso uyakuhlukana phakathi; kepha kuyakuba khona amandla ensimbi, ngokuba wabona insimbi ixubene nodaka lodaka. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE41 Njengalokho wabona izinyawo nezinzwani, inxenye iyibumba lombumbi, inxenye insimbi, uyakuba ngumbuso owahlukeneyo; kepha kuyakuba kuwo amandla ensimbi, njengokuba wabona insimbi ixubene nebumba lodaka. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202041 Njengalokho wabona izinyawo nezinzwani; ingxenye iyibumba lombumbi, ingxenye iyinsimbi, uyakuba ngumbuso owehlukeneyo, kepha kuyakuba kuwo amandla ensimbi, njengokuba wabona insimbi ixubene nebumba lodaka. Uka jalj uñjjattʼäta |