UDaniyeli 11:45 - Contemporary Zulu Bible 202445 Iyakutshala izindlwana zendlu yayo phakathi kolwandle entabeni engcwele yenkazimulo; nokho iyofika ekupheleni kwayo, futhi akekho oyoyisiza. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE45 Iyakumisa itende lendlu yayo yobukhosi phakathi kolwandle nentaba enhle engcwele; kepha iya nokho ekupheleni kwayo, akakho ongayisiza. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202045 Iyakumisa ithende lendlu yayo yobukhosi phakathi kolwandle nentaba enhle engcwele, kepha ilibhekise esiphethweni sayo, akakho ongayisiza.” Uka jalj uñjjattʼäta |
Bayakuletha bonke abafowenu kube ngumhlatshelo kuJehova bevela ezizweni zonke begibele amahhashi, nangezinqola, nangezikebhe, naphezu kweminyuzi, nangezilwane ezinejubane, entabeni yami engcwele eJerusalema,” usho uJehova, “njengalokho abantwana bakwa-Israyeli beletha. “Umnikelo ngesitsha esihlambulukileyo endlini kaJehova.