Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




IsiHlabelelo seziHlabelelo 8:13 - Contemporary Zulu Bible 2024

13 Wena ohlala emasimini, abangane bayalilalela ilizwi lakho; ake ngizwe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Wena ohlala emasimini, abangane balalela izwi lakho; ake ungizwise lona.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

13 Wena ohlala ezivandeni, abangani balalela izwi lakho; nami ake ungizwise lona.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




IsiHlabelelo seziHlabelelo 8:13
19 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Iyakulethwa enkosini igqoke izingubo zokuthunga; izintombi, abangane bakhe abamlandelayo, bayolethwa kuwe.


Futhi ungibize ngosuku lwenhlupheko: ngizakusindisa, njalo uzangidumisa.


Ngitshele, wena othanda umphefumulo wami, lapho uklaba khona, lapho uphumula khona umhlambi wakho emini; ngoba kungani ngizakuba njengohlubuke emihlambini yabangane bakho?


Vuka, moya wasenyakatho! woza wena ningizimu! phephetha phezu kwensimu yami, ukuze amakha ayo aphume. Othandiweyo wami makangene ensimini yakhe, adle isithelo sakhe esimnandi.


Ngehlela ensimini yamantongomane ukuze ngibone izithelo zasesigodini, ngibone ukuthi umvini uyakhama yini, namapomegranati ayakhama yini.


Othandiweyo wami wehlela ensimini yakhe, eziqholweni, ukuba adle emasimini, abuthe iminduze.


Isivini sami, esingesami, siphambi kwami; wena, Solomon, uyakuba nenkulungwane, nabalinda izithelo zakhona amakhulu amabili.


Ngokuba lapho kubuthene ababili noma abathathu egameni lami, ngikhona lapho phakathi kwabo.


nibafundise ukugcina konke enginiyale ngakho; bhekani, mina nginani izinsuku zonke, kuze kube sekupheleni kwezwe. Amen.


Uma nihlala kimi, namazwi ami ehlala kini, niyakucela enikuthandayo, niyakukwenzelwa.


Kuze kube manje anikaceli lutho egameni lami; celani, nizakwamukeliswa, ukuze ukuthokoza kwenu kugcwale.


Wathi: “Hamba!” Wayimukisa izinyanga ezimbili, yahamba nabangane bayo, yakhalela ubuntombi bayo ezintabeni.


Lapho bembona, baletha abangane abangamashumi amathathu ukuba babe naye.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka