Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




IsiHlabelelo seziHlabelelo 1:8 - Contemporary Zulu Bible 2024

8 Uma ungazi lokhu, wena muhlekazi phakathi kwabesifazane, hamba ezinyathelweni zomhlambi, nezimbuzi zakho zeluse ngasematendeni abelusi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Uma ungakwazi wena muhlekazi phakathi kwabesifazane, phuma uhambe ezinyathelweni zomhlambi, waluse amazinyane akho ngasematendeni abelusi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

8 Uma ungazi, wena omuhle kunabo bonke abesifazane, landela imizila yomhlambi, weluse amazinyane akho ngasemathendeni abelusi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




IsiHlabelelo seziHlabelelo 1:8
25 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kodwa kwabangcwele abasemhlabeni, lakwabakhulu, engithokoza ngakho konke.


Inkosi izabufisa kakhulu ubuhle bakho, ngoba iyiNkosi yakho; nimkhonze.


Indodakazi yenkosi isiyinhle kakade ngaphakathi; izingubo zayo ziyigolide elikhandiweyo.


Ubusisiwe umuntu ongilalelayo, olinda emasangweni ami imihla yonke, alinde ezinsikeni zeminyango yami.


Bheka, umuhle, sithandwa sami; bheka, umuhle; unamehlo ejuba.


Othandiweyo wami wakhuluma, wathi kimi: Vuka, sithandwa sami, muhlekazi wami, uze.


Bheka, umuhle, sithandwa sami; bheka, umuhle; unamehlo ejuba phakathi kwezikhiye zakho; izinwele zakho zinjengomhlambi wezimbuzi ovela entabeni yakwaGileyadi.


Luhle kangakanani uthando lwakho, dadewethu, makoti wami! lungcono kangakanani uthando lwakho kunewayini! nephunga lamakhambi akho njengazo zonke izinongo!


Umuhle wonke, sithandwa sami; akukho ndawo kuwe.


Othandiweyo wakho umkhulu ngani kunesinye isithandwa, wena muhlekazi kwabesifazane? Othandiweyo wakho udlula ngani omunye, ukuba usifungise kanjalo na?


Ushonephi othandiweyo wakho, wena muhlekazi kwabesifazane? uphi othandiweyo wakho? ukuze simfune kanye nawe.


Usho kanje uJehova, uthi: “Yimani ezindleleni, nibuke, nibuze ngezindlela zakudala, iphi indlela enhle, nihambe ngayo, niyakufumana ukuphumula kwemiphefumulo yenu. Kodwa bathi: Asiyikuhamba ngayo.


Sebedlile uJesu wathi kuSimoni Petru: Simoni kaJona, uyangithanda kunalaba na? Wathi kuye: Yebo, Nkosi; uyazi ukuthi ngiyakuthanda. Wathi kuye: Dlisa amawundlu ami.


Yibani ngabalingisi bami, njengokuba nami ngilingisa uKristu.


ukuze azimise phambi kwakhe ibandla elinenkazimulo, elingenasisihla, noma umbimbi, nanto enjalo; kodwa ukuthi libe ngcwele njalo lingelasici.


Khumbulani abaniholayo, abakhulume izwi likaNkulunkulu kini, niqonda ukuphela kokuhamba kwabo, nilingise ukukholwa kwabo.


Ukuze ningavilaphi, kodwa nilingise labo abathi ngokholo nangokubekezela badla ifa lezithembiso.


U-Abrahama ubaba akalungisiswanga yini ngemisebenzi, lapho enikela u-Isaka indodana yakhe e-altare na?


Ngokunjalo noRahabi isifebe akalungisiswanga yini ngemisebenzi, esezamukele izithunywa, esezikhiphe ngenye indlela?


Bazalwane bami, thathani abaprofethi abakhuluma egameni leNkosi, babe yisibonelo sokuhlupheka nokubekezela.


njengoba nje uSara wamlalela uAbrahama embiza ngokuthi nkosi;


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka