Obadiya 1:13 - Contemporary Zulu Bible 202413 Kwakungafanele ungene esangweni labantu bami ngosuku lwenhlekelele yabo; yebo, ubungafanele ubheke usizi lwabo ngosuku lwenhlekelele yabo, noma ubeke izandla phezu kwempahla yabo ngosuku lwenhlekelele yabo; Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE13 Ungangeni ngesango labantu bami ngosuku lwesigemegeme sabo, ungabheki ukuhlupheka kwabo ngosuku lwesigemegeme sabo, ningabeki sandla emfuyweni yabo ngosuku lwesigemegeme sabo. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202013 Kwakungafanele ungene ngesango labantu bami mhla bevelelwa yinhlekelele. Kwakungafanele futhi ubuke nje usizi lwabo mhla bevelelwa yisigemegeme, Kwakungafanele welule isandla sakho uthathe umcebo wakhe mhla evelelwe yinhlekelele. Uka jalj uñjjattʼäta |