Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




NgokukaMarku 9:48 - Contemporary Zulu Bible 2024

48 lapho impethu yabo ingafi khona, nomlilo ongacimi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

48 lapho impethu yabo ingafi, nomlilo ungacimi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

48 Lapho impethu yakhona ingafi, nomlilo wakhona ungacimi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

48 lapho impethu yabo ingafi khona, nomlilo ongacimi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




NgokukaMarku 9:48
7 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Bayakuphuma babone izidumbu zamadoda aphambuke kimi; ngoba impethu yabo kayiyikufa, lomlilo wabo kawuyikucitsha; bayakuba yisinengiso kuyo yonke inyama.


Zisokeleni kuJehova, nisuse ijwabu lezinhliziyo zenu, madoda akwaJuda nabakhileyo eJerusalema, ukuze ulaka lwami lungaphumi njengomlilo, luvuthe kungekho ongawucima, ngenxa yobubi bezenzo zenu.


Khona iyakuthi nakwabangakwesokhohlo: Sukani kimi nina baqalekisiweyo, niye emlilweni ophakade olungiselwe uSathane nezingelosi zakhe;


olwelo lwakhe lusesandleni sakhe, aze ahlanze isibuya sakhe, abuthele ukolweni wakhe enqolobaneni; kepha amakhoba uyakuwashisa ngomlilo ongacimekiyo.


Ngokuba yilowo nalowo uyakutswaywa ngomlilo, futhi wonke umhlatshelo utswaywe ngosawoti.


olwelo lwakhe lusesandleni sakhe, aze ahlanze isibuya sakhe, abuthele ukolweni enqolobaneni yakhe; kepha amakhoba uyakuwashisa ngomlilo ongacimekiyo.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka