Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




NgokukaMarku 9:26 - Contemporary Zulu Bible 2024

26 Umoya wakhala, wamdwengula kabuhlungu, waphuma kuye; baze bathi: Ufile.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 Wamemeza, wamhlukumeza kakhulu, waphuma; waba njengofileyo, baze bathi abaningi: “Usefile.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

26 Umoya wamemeza, wamhlukumeza kakhulu, waphuma kuye; umntwana waba njengofileyo, baze bathi abaningi: “Usefile.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

26 Umoya wakhala, wamdwengula kabuhlungu, waphuma kuye; baze bathi: Ufile.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




NgokukaMarku 9:26
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngokuba selokhu ngafika kuFaro ukukhuluma egameni lakho, ubaphathe kabi laba bantu; futhi awubasindisanga nhlobo abantu bakho.


Bheka, kwavela kuleyo mikhawulo owesifazane waseKhanani, wakhala kuye, wathi: “Ngihawukele, Nkosi, Ndodana kaDavide; Indodakazi yami ikhwelwe kabi yidemoni.


Umoya ongcolileyo wamdwengula, wakhala ngezwi elikhulu, waphuma kuye.


Nomaphi lapho embamba khona, uyamdwengula, akhihlize amagwebu, agedle amazinyo, ashwaqeke; ngikhulume nabafundi bakho ukuba bawukhiphe; kepha abakwazanga.


Basebemletha kuye; kwathi embona, masinyane umoya wamdweba; yawa phansi, yagiqika ikhihliza amagwebu.


UJesu ebona ukuthi isixuku sigijima kanyekanye, wawukhuza umoya ongcolileyo, wathi kuwo: “Wena moya oyisimungulu nesithulu, ngiyakuyala: phuma kuye, ungabe usangena kuye.


Kodwa uJesu wambamba ngesandla, wamsukumisa; wasukuma.


Ngakho thokozani lina mazulu, lani elihlala kuwo. Maye kwabakhileyo emhlabeni nolwandle! ngokuba uSathane wehlele kini enolaka olukhulu, azi ukuthi unesikhathi esifushane.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka