NgokukaMarku 4:32 - Contemporary Zulu Bible 202432 Kepha nxa selihlwanyelwe, liyakhula, libe likhulu kunemibhida yonke, kwenze amagatsha amakhulu; ukuze izinyoni zezulu zihlale emthunzini wawo. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE32 kodwa nxa isihlwanyelwe imila ibe nkulu kunazo zonke izilimo, ixhante amagatsha amakhulu, ukuze izinyoni zezulu zakhele emthunzini wawo.” Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202032 kodwa kuthi lapho isihlwanyelwe, ikhule ibe nkulu kunakho konke okumilayo, ibe namagatsha amakhulu; izinyoni zezulu zakhe izidleke emthunzini wayo.” Uka jalj uñjjattʼätaBaasraak Zulu New Testament Bible32 Kepha nxa selihlwanyelwe, liyakhula, libe likhulu kunemibhida yonke, kwenze amagatsha amakhulu; ukuze izinyoni zezulu zihlale emthunzini wawo. Uka jalj uñjjattʼäta |