Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




NgokukaMarku 3:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

9 Wasekhuluma kubafundi bakhe ukuthi umkhunjana umlinde ngenxa yexuku, hlezi bammpitshe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Wayeseyala abafundi bakhe ukuba isikebhe simlindele ngenxa yesixuku sabantu, ukuze bangamcindezeli,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

9 UJesu wayesebatshela abafundi bakhe ukuba bamlungisele isikebhe ngenxa yesixuku, ukuze singamminyanisi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

9 Wasekhuluma kubafundi bakhe ukuthi umkhunjana umlinde ngenxa yexuku, hlezi bammpitshe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




NgokukaMarku 3:9
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wayesezimukisa izixuku, wangena emkhunjini, waya emikhawulweni yaseMagdala.


Wayesebuye waqala ukufundisa ngaselwandle; kwabuthana kuye isixuku esikhulu, waze wangena emkhunjini, wahlala olwandle; isixuku sonke sasiphezu kolwandle emhlabathini.


Sebemukisile isixuku, bamthatha esemkhunjini. Kwakukhona neminye imikhumbi emincane kanye naye.


Kwathi esephumile emkhunjini, wahle wamhlangabeza indoda elomoya ongcolileyo ephuma emangcwabeni.


UJesu ebona masinyane phakathi kwakhe ukuthi amandla aphumile kuye, waphenduka esixukwini wathi: “Ngubani othinte izingubo zami na?


Basuka ngomkhumbi baya endaweni eyihlane bebodwa.


Kwathi isixuku simcindezela ukuba sizwe izwi likaNkulunkulu, wayemi ngaselwandle lwaseGenesaretha.


Wasengena komunye wemikhumbi, owawungokaSimoni, wamcela ukuthi awususe kancane emhlabathini. Wahlala phansi, wafundisa abantu esemkhunjini.


Kwathi uJesu esazi ukuthi bazakuza ukumbamba ngamandla, bambeke inkosi, wabuya wasuka waya entabeni yena yedwa.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka