Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




NgokukaMarku 3:22 - Contemporary Zulu Bible 2024

22 Nababhali abehla bevela eJerusalema bathi: “UnoBelzebule, ukhipha amademoni ngombusi wamademoni.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 Nababhali abehla bevela eJerusalema bathi: “UnoBelzebule, ukhipha amademoni ngombusi wamademoni.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

22 Nezazimthetho ezazehlile zivela eJerusalema, zathi: “UnoBhelzebhule, ukhipha amadimoni ngombusi wamadimoni.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

22 Nababhali abehla bevela eJerusalema bathi: “UnoBelzebule, ukhipha amademoni ngombusi wamademoni.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




NgokukaMarku 3:22
14 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

U-Ahaziya wawa eheleni lekamelo lakhe eliphezulu eliseSamariya, wagula; wathuma izithunywa, wathi kuzo: “Hambani nibuze kuBali Zebhubi, unkulunkulu wase-Ekroni, ukuthi ngiyakusinda yini kulesi sifo.”


Kepha mina ngiyisibungu, angikho; ihlazo labantu nokudelelwa ngabantu.


Kumanele umfundi ukuthi abe njengomfundisi wakhe, nenceku ibe njengenkosi yayo. Uma bebizile umninindlu ngokuthi uBelzebule, kakhulu kangakanani abendlu yakhe?


Ngokuba uJohane wafika engadli, engaphuzi, bathi: ‘Unedemoni.’


Kodwa abaFarisi bekuzwa bathi: Lo kakhiphi amadimoni, kuphela ngoBelezebule umbusi wamadimoni.


Kwasekufika kuJesu ababhali nabaFarisi ababevela eJerusalema, bathi:


Kepha abaFarisi bathi: “Ukhipha amademoni ngombusi wamademoni.


Kwasekubuthana kuye abaFarisi nabanye bababhali ababevela eJerusalema.


Kepha abanye kubo bathi: “Ukhipha amademoni ngoBelzebule inkosi yamademoni.


Kwathi ngolunye usuku efundisa, kwakuhlezi khona abaFarisi nabafundisi bomthetho ababephuma kuyo yonke imizi yaseGalile, naseJudiya, naseJerusalema, namandla eNkosi. Khona ukubaphulukisa.


Kwakungumkhosi wokuhlanjululwa eJerusalema; kwakusebusika.


Isixuku saphendula sathi: “Unedemoni wena;


Base bephendula abaJuda, bathi kuye: “Asisho kahle ukuthi wena ungumSamariya nokuthi unedemoni na?


Base bethi kuye abaJuda: “Manje sesiyazi ukuthi unedemoni. U-Abrahama ufile, nabaprofethi; wena-ke uthi: Uba umuntu egcina ilizwi lami, kasoze ezwe ukufa laphakade.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka