Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




NgokukaMarku 15:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 UPilatu wabuye wambuza, wathi: “Awuphenduli lutho na? bheka ukuthi zingaki izinto abafakaza ngazo ngawe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 UPilatu wabuye wambuza, wathi: “Awuphenduli lutho na? Bheka, bakuthwesa icala ngokuningi kangaka.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

4 UPilatu wabuye wambuza, wathi: “Awuziphenduleli ngalutho na? Bheka nje ukuthi maningi kangakanani amacala abakwethwesa wona.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

4 UPilatu wabuye wambuza, wathi: “Awuphenduli lutho na? bheka ukuthi zingaki izinto abafakaza ngazo ngawe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




NgokukaMarku 15:4
5 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kwasekusukuma umpristi omkhulu, wathi kuye: Kawuphenduli lutho yini? kuyini laba abakufakaza ngawe na?


UPilatu wasesithi kuye: Kawuzwa yini ukuthi zingaki izinto abazifakaza ngawe?


Abapristi abakhulu bammangalela ngokuningi, kepha akaphendulanga lutho.


Kodwa uJesu akaphendulanga lutho; waze wamangala uPilatu.


UPilatu wayesethi kuye: “Awukhulumi kimi na? Awazi yini ukuthi nginamandla okukubethela, nginamandla okukukhulula na?


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka