Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




NgokukaMarku 12:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 Wabuye wathuma kubo enye inceku; yona bayijikijela ngamatshe, bayilimaza ekhanda, bayimukisa ihlazekile.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Waphinda wathuma kubo enye inceku; yona bayilimaza ekhanda, bayithuka.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

4 Waphinda wathumela enye inceku kubo; yona bayilimaza ekhanda, futhi bayichapha ngenhlamba.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

4 Wabuye wathuma kubo enye inceku; yona bayijikijela ngamatshe, bayilimaza ekhanda, bayimukisa ihlazekile.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




NgokukaMarku 12:4
5 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngakho uHanuni wabamba izinceku zikaDavide, waziphuca, wasika izingubo zazo phakathi kuze kube sezinqeni zazo, wazimukisa.


Kodwa uNkulunkulu uyochoboza ikhanda lezitha zakhe nokhakhayi olunoboya lwalowo osaqhubeka ezonweni zakhe.


Base bembamba, bamshaya, bammukisa elambatha.


Wabuye wathuma enye; yena bambulala, nabanye abaningi; abanye batshaya, abanye bebulala.


Wabuye wathuma enye inceku; nayo bayishaya, bayiphatha kabi, bayimukisa ze.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka