Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




NgokukaMarku 11:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 Base behamba, bafica ithole likhulekiwe ngasemnyango ngaphandle endaweni yezindlela ezimbili; bamthukulule.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Bahamba, bafumana ithole likhulekiwe ngasesangweni ngaphandle emgwaqweni; balithukulula.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

4 Bahamba-ke, balithola ithole liboshelwe ngasesangweni ngaphandle emgwaqweni; balithukulula.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

4 Base behamba, bafica ithole likhulekiwe ngasemnyango ngaphandle endaweni yezindlela ezimbili; bamthukulule.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




NgokukaMarku 11:4
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wathi kubo: “Hambani niye emzaneni obhekene nani, nizakufumana masinyane imbongolo ikhulekiwe, nethole linayo;


Abafundi benza njengokusho kukaJesu; basebelungisa iphasika.


Uma umuntu ethi kini: ‘Nenzelani lokhu na? anothi iNkosi iyalidinga; njalo izahle imthumele lapha.


Abathile kwababemi khona bathi kubo: Nenzani nilithukulula ithole na?


Unina wathi ezincekwini: Konke alisho kini, kwenzeni.


Ngokukholwa u-Abrahama walalela ebizwa ukuba aphume, aye endaweni abezakuyamukeliswa ibe yifa; waphuma engazi lapho eya khona.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka