Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




NgokukaMarku 11:32 - Contemporary Zulu Bible 2024

32 Kodwa uba sisithi: Kubantu; besaba abantu, ngokuba bonke bathi uJohane ungumprofethi impela.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

32 Kepha uma sithi: ‘Kubantu,’ ” besaba isixuku, ngokuba bonke bathi uJohane ungumprofethi impela.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

32 Kepha uma sithi: ‘Kubantu’ ngeke kulunge.” Babesaba isixuku, ngokuba bonke abantu babethi uJohane ungumphrofethi impela.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

32 Kodwa uba sisithi: Kubantu; besaba abantu, ngokuba bonke bathi uJohane ungumprofethi impela.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




NgokukaMarku 11:32
15 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kodwa laphumela ukuyabonani? Umprofethi? yebo, ngithi kini: Odlula umprofethi.


Kwathi esefuna ukumbulala, wesaba isixuku, ngokuba babethi ungumprofethi.


Kodwa befuna ukumbamba, besaba izixuku, ngoba babethi ungumprofethi.


Basebekhulumisana bodwa, besithi: Uba sisithi: Ezulwini; uzakuthi: Pho, anikholwanga nguye ngani na?


Base bephendula, bathi kuJesu: “Asazi. UJesu waphendula, wathi kubo: “Nami anginitsheli ukuthi ngenza lokhu ngagunya lini.


Base befuna ukumbamba, kepha besaba isixuku, ngokuba bazi ukuthi uwukhulume ngabo lo mfanekiso; bamshiya, bamuka.


Ngokuba uHerode wayemesaba uJohane emazi ukuthi uyindoda elungileyo engcwele, wamgcina; kwathi emuzwa, wenza izinto eziningi, wamuzwa ngokuthokoza.


Abapristi abakhulu nababhali bafuna ukumbamba ngaso leso sikhathi; besaba abantu, ngokuba baqonda ukuthi uwukhulume lo mfanekiso ngabo.


Abapristi abakhulu nababhali bafuna ukuthi bangambulala kanjani; ngoba babesaba abantu.


Abaningi beza kuye, bathi: “UJohane akenzanga sibonakaliso, kepha konke uJohane akushoyo ngalo muntu kwakuyiqiniso.


Khona yahamba induna nezikhonzi, zabaletha kungengamandla, ngokuba besesaba abantu, funa bakhandwe ngamatshe.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka