Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




Mathewu 6:26 - Contemporary Zulu Bible 2024

26 Bhekani izinyoni zezulu, ngokuba azihlwanyeli, azivuni, azibutheli eziphaleni; nokho uYihlo osezulwini uyazondla. Anizincono kakhulu na?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 Bukani izinyoni zezulu ukuthi azihlwanyeli, azivuni, azibekeleli ezinqolobaneni; nokho uYihlo wasezulwini uyazondla. Nina kanizidluli kakhulu na?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

26 Bhekani izinyoni zezulu ukuthi azihlwanyeli, azivuni, azibekeleli ezinqolobaneni, nokho uYihlo osezulwini uyazondla. Nina anizidluli yini kakhulu na?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

26 Bhekani izinyoni zezulu, ngokuba azihlwanyeli, azivuni, azibutheli eziphaleni; nokho uYihlo osezulwini uyazondla. Anizincono kakhulu na?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




Mathewu 6:26
15 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Zithathele kukho konke ukudla okudliwayo, uzibuthele kona; kuyakuba ngukudla kwakho nokwazo.


Ngubani osifundisa ngaphezu kwezilwane zomhlaba nosenza sihlakaniphe kunezinyoni zezulu na?


Ngubani onika igwababa ukudla kwalo? lapho abancane bakhe bekhala kuNkulunkulu, bayazulazula ngokuswela ukudla.


Unika isilwane ukudla namazinyane amagwababa ekhala.


Ngiyazazi zonke izinyoni zasezintabeni, nezilwane zasendle zingezami.


Ngokuba konke lokho abezizwe bayakufuna; ngokuba uYihlo osezulwini uyazi ukuthi niyakudinga lokho konke.


Noma ngumuphi umuntu kini ongathi, uma indodana yakhe icela isinkwa, ayinike itshe na?


Wasesithi: Lokhu ngizakwenza: ngizadiliza izinqolobane zami, ngakhe ezinkulu; ngizabuthela khona zonke izithelo zami lempahla yami.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka