Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




Mathewu 27:8 - Contemporary Zulu Bible 2024

8 Ngalokho insimu leyo yabizwa ngokuthi, Insimu Yegazi, kuze kube namuhla.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Ngalokho insimu leyo ithiwa insimu yegazi kuze kube namuhla.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

8 Yingakho-ke leyo nsimu kuthiwa yinsimu yegazi kuze kube namuhla.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

8 Ngalokho insimu leyo yabizwa ngokuthi, Insimu Yegazi, kuze kube namuhla.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




Mathewu 27:8
7 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Zazikhipha izinti zomphongolo, ukuze izihloko zezinti zomphongolo zibonakale phambi kwekamelo elingaphakathi; kodwa ababonwanga ngaphandle. Lisekhona kuze kube namuhla.


Basebecebisana, bathenga ngayo insimu yombumbi, ibe yindawo yokumbela abezizweni.


Base beyithabatha imali, benza njengalokho befundisiwe; leli zwi lisasakazwa phakathi kwabaJuda kuze kube namuhla.


Kwakwaziwa yibo bonke abakhileyo eJerusalema; kuze kuthi leyo nsimu ngolimi lwabo ngokuthi i-Akeldama, okungukuthi iNsimu yegazi.


Wammbela esigodini sasezweni lakwaMowabi malungana neBeti Peyori, kepha akukho noyedwa olaziyo ithuna lakhe kuze kube namuhla.


UJoshuwa wamisa amatshe ayishumi nambili phakathi kweJordani, endaweni lapho izinyawo zabapristi ababethwele umphongolo zazimi khona, asekhona kuze kube namuhla.


Lowo muntu waya ezweni lamaHeti, wakha umuzi, wawubiza ngokuthi iLusi, okuyigama lawo kuze kube namuhla.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka