Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




Mathewu 27:13 - Contemporary Zulu Bible 2024

13 UPilatu wasesithi kuye: Kawuzwa yini ukuthi zingaki izinto abazifakaza ngawe?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Khona uPilatu wathi kuye: “Awuzwa yini lokho okungaka abakufakaza ngawe na?”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

13 Kepha uPilatu wathi kuye: “Awukuzwa yini ukuthi kungakanani abakufakaza ngawe na?”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

13 UPilatu wasesithi kuye: Kawuzwa yini ukuthi zingaki izinto abazifakaza ngawe?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




Mathewu 27:13
5 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kwasekusukuma umpristi omkhulu, wathi kuye: Kawuphenduli lutho yini? kuyini laba abakufakaza ngawe na?


Kwathi emangalelwa ngabapristi abakhulu namalunga, akaphendulanga lutho.


Akamphendula nakancane; waze wamangala kakhulu umbusi.


UPilatu waphendula wathi: Mina ngingumJuda yini? Isizwe sakini nabapristi abakhulu bakunikele kimi; wenzeni na?


Induna yenkulungwane yasilaya ukuthi angeniswe enqabeni, yasilaya ukuthi aphenywe ngesiswepu; ukuze azi ukuthi kungani bekhala kanje kuye.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka