Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




Mathewu 26:40 - Contemporary Zulu Bible 2024

40 Wasesiza kubafundi, wabafica belele, wathi kuPetro: Kanti beningelinde lami ihola elilodwa yini?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

40 Wayeseza kubafundi, wabafumana belele; wathi kuPetru: “Kanti beningelinde nami ihora libe linye na?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

40 Wabuyela kubafundi, wabafica belele, wathi kuPhethro: “Kodwa beningehlale nilinde nami ihora libe linye na?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

40 Wasesiza kubafundi, wabafica belele, wathi kuPetro: Kanti beningelinde lami ihola elilodwa yini?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




Mathewu 26:40
12 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Inkosi yakoIsrayeli yasiphendula yathi: Lishoni kuye ukuthi: Obhinca ibhanti lakhe kangazibongi njengolikhumulayo.


Ngiyalala, kepha inhliziyo yami iyaphaphama; yizwi lothandiweyo wami engqongqotha, ethi: “Ngivulele, dadewethu, sithandwa sami, juba lami, opheleleyo wami, ngokuba ikhanda lami ligcwele amazolo nezihluthulelo zami ngamathonsi. Kwasebusuku.


Kwathi umyeni esalibele, zozela zonke zalala.


UPetro wathi kuye: Lanxa ngingafa lawe, kangisoze ngikuphike. Basho kanjalo bonke abafundi.


Khona wathi kubo: “Umphefumulo wami ulusizi kakhulu kuze kube sekufeni; hlalani lapha, nilinde kanye nami.


Lindani, nikhuleke, ukuze ningangeni ekulingweni; umoya uyavuma, kepha inyama ibuthakathaka.


Wasebuya wabafica belele, ngoba amehlo abo ayenzima.


Wasesiza, wabafica belele, wathi kuPetro: Simoni, ulele yini? Ubungekwazi ukulinda ihora libe linye na?


Wasukuma ekukhulekeni, weza kubafundi bakhe, wabafica belele ngosizi.


Kepha uPetru nababe naye babesindwa ubuthongo; sebevukile babona inkazimulo yakhe namadoda amabili ayemi naye.


Ekuseni, lapho nje ilanga liphuma, kumelwe uvuke ekuseni uwele umuzi; bheka, uma yena namadoda anaye bephuma ukulwa nawe, wenze kubo njengokufumana ithuba.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka