Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




Mathewu 25:43 - Contemporary Zulu Bible 2024

43 ngangingumfokazi, aningingenisanga; nginqunu, aningigqokisanga; ngigula, ngisetilongweni, aningihambelanga.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

43 ngangingumfokazi, aningingenisanga; ngihamba ze aningembathisanga; ngigula, ngisetilongweni, aningihambanga.’

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

43 ngangingumfokazi, anangingenisa ezindlini zenu; ngihamba ze, aningembathisanga; ngigula, ngisetilongweni, aningivakashelanga.’

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

43 ngangingumfokazi, aningingenisanga; nginqunu, aningigqokisanga; ngigula, ngisetilongweni, aningihambelanga.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




Mathewu 25:43
10 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Uma ngibona umuntu ebhubha ngokuswela ingubo, noma omunye ompofu engenalutho;


Ngalokho usho kanje uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli mayelana nabelusi abelusa abantu bami; Wahlakaza izimvu zami, wazixosha, awuzihambelanga; bhekani, ngiyakunihambela ngobubi bezenzo zenu,” usho uJehova.


Abantu bezwe babecindezela futhi baphanga futhi bahlupha ompofu nompofu, yebo, bacindezela umfokazi ngokungafanele.


Nginqunu, nangembathisa; ngangigula, nangihambela; ngangiboshiwe, neza kimi.


Ngokuba ngangilambile, kepha aninginikanga ukudla;


Khona bayakumphendula nabo, bathi: ‘Nkosi, sakubona nini ulambile, noma womile, noma ungowezizwe, noma uhamba-ze, noma ugula, noma usetilongweni, singakukhonzanga?


Kwathi emva kwezinsuku ezithile uPawulu wathi kuBarnabasi: “Asibuye sihambele abazalwane bethu emizini yonke esishumayele kuyo izwi leNkosi, sibone ukuthi banjani.


Lingakhohlwa ukwamukela izihambi; ngoba ngalokho abanye bangenisa izingilosi bengazi.


Khumbulani ababoshiweyo ngokungathi niboshiwe kanye nabo; nabaphathwa kabi, njengokuba nani nisemzimbeni.


Baphambukela khona ukuze bangene balale eGibeya; esengenile, wamhlalisa esigcawini somuzi; ngoba kwakungekho muntu owabangenisa endlini yakhe ukuze balale.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka