Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




Mathewu 22:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 Umbuso wezulu ufana nenkosi ethile, eyayenzela indodana yayo umshado;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 “Umbuso wezulu ufaniswa nomuntu oyinkosi, owenzela indodana yakhe umshado.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

2 “Umbuso wezulu ufaniswa nomuntu oyinkosi, owenzela indodana yakhe umshado.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

2 Umbuso wezulu ufana nenkosi ethile, eyayenzela indodana yayo umshado;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




Mathewu 22:2
15 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wababekela omunye umfanekiso, wathi: “Umbuso wezulu ufana nomuntu owahlwanyela imbewu enhle ensimini yakhe;


UJesu waphinda wakhuluma kubo ngemifanekiso, wathi.


Nani nibe njengabantu abalindele inkosi yabo, lapho ibuya emshadweni; ukuze kuthi nxa efika engqongqotha, bamvulele masinyane.


UJesu wayesemenyiwe kanye nabafundi bakhe emshadweni.


Ngokuba ngiyanishisekela ngesikhwele sikaNkulunkulu, ngokuba nganandisela endodeni eyodwa, ukuze nginethule kuKristu niyintombi emhlophe.


Kumelwe wenze ngokuvumelana nesigwebo abayoninikeza sona endaweni uJehova ayoyikhetha; futhi kumelwe wenze ngokucophelela ngokuvumelana nakho konke abakutshela khona.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka