Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




Mathewu 19:15 - Contemporary Zulu Bible 2024

15 Wabeka izandla phezu kwabo, wamuka lapho.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Wayesebeka izandla phezu kwabo; wamuka lapho.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

15 Wayesebeka izandla phezu kwabo, qede wasuka lapho.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

15 Wabeka izandla phezu kwabo, wamuka lapho.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




Mathewu 19:15
6 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Uyakwalusa umhlambi wakhe njengomalusi; iyobutha amawundlu ngengalo yayo, iwathwale esifubeni sayo, izihole ngobumnene ezizinyanelayo.


Kepha uJesu wathi: “Vumelani abantwana, ningabenqabeli ukuza kimi, ngokuba umbuso wezulu ungowabanjalo.


Bheka, kwasondela omunye, wathi kuye: “Mfundisi Omuhle, ngizakwenzani okuhle, ukuze ngibe nokuphila okuphakade na?


Wabagona, wabeka izandla phezu kwabo, wababusisa.


Ngokuba indoda engakholwayo ingcwelisiwe ngomfazi, nomfazi ongakholwayo ungcwelisiwe ngendoda; uma kungenjalo abantwana benu ngabe bangcolile; kodwa manje bangcwele.


lokuthi kusukela ebuntwaneni wazi imibhalo engcwele, elamandla okukuhlakaniphisa, kube yinsindiso ngokukholwa kuKristu Jesu.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka