Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




Mathewu 15:29 - Contemporary Zulu Bible 2024

29 Wamuka lapho uJesu, weza ngaselwandle lwaseGalile; wenyukela entabeni, wahlala phansi khona.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

29 Wasuka lapho uJesu, wafika ngaselwandle lwaseGalile, wenyukela entabeni, wahlala phansi khona.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

29 UJesu wasuka lapho, waya ngasolwandle iGalile, wenyukela entabeni, wahlala phansi lapho.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

29 Wamuka lapho uJesu, weza ngaselwandle lwaseGalile; wenyukela entabeni, wahlala phansi khona.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




Mathewu 15:29
12 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Nokho, ubumnyama abuyikuba njengokucasuka kwayo, lapho eqala ukuhlupha izwe lakwaZebuloni nezwe lakwaNafetali, kamuva walihlupha kakhulu endleleni yolwandle, ngaphesheya kweJordani, eGalile labezizwe.


Kwabuthana kuye izixuku eziningi, waze wangena emkhunjini, wahlala; isixuku sonke sema ogwini.


UJesu ehamba ngaselwandle lwaseGalile wabona izelamani ezimbili, uSimoni othiwa uPetru, no-Andreya umfowabo, bephonsa inetha olwandle, ngokuba babengabadobi.


Wathi ebona izixuku wenyukela entabeni;


Esahamba ngaselwandle lwaseGalile, wabona oSimoni no-Andreya umfowabo kaSimoni bephonsa inetha olwandle, ngokuba babengabadobi.


Kwathi isixuku simcindezela ukuba sizwe izwi likaNkulunkulu, wayemi ngaselwandle lwaseGenesaretha.


Emva kwalokho uJesu wabuye wazibonakalisa kubafundi ngaselwandle lwaseTiberiya; wazibonakalisa kanjalo.


Emva kwalokho uJesu wamuka waya phesheya kolwandle lwaseGalile olungolwaseTiberiya.


(Kepha kwafika eminye imikhumbi evela eTiberiya eduze nendawo lapho ababedle khona isinkwa, ngemva kokuba iNkosi ibongile.)


kusukela esigodini kuze kube solwandle lwaseKineroti ngasempumalanga, kuze kube seLwandle LwaseArabha, kuze kube seLwandle Lukasawoti ngasempumalanga endleleni yaseBeti Jeshimoti; naseningizimu, phansi kwe-Ashidodi-Pisga;


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka