Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




Mathewu 13:25 - Contemporary Zulu Bible 2024

25 Kwathi abantu besalele, kwafika isitha sakhe, sahlwanyela ukhula phakathi kukakolweni, samuka.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 kepha abantu besalele, kwafika isitha sakhe, sahlwanyela ukhula phakathi kwamabele, samuka.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

25 kuthe abantu besalele, kwafika isitha sakhe, sahlwanyela ukhula phakathi kwamabele, qede sashaya sachitha.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

25 Kwathi abantu besalele, kwafika isitha sakhe, sahlwanyela ukhula phakathi kukakolweni, samuka.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




Mathewu 13:25
19 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wavuka phakathi kobusuku, wathatha indodana yami eceleni kwami, incekukazi yakho ilele, wayilalisa esifubeni sakhe, wamlalisa ofileyo wakhe esifubeni sami.


Wababekela omunye umfanekiso, wathi: “Umbuso wezulu ufana nomuntu owahlwanyela imbewu enhle ensimini yakhe;


Kodwa kwathi lapho ikhaba selimile futhi selithela, khona kwabonakala nokhula.


Kwase kufika izinceku zomninindlu, zathi kuye: ‘Nkosi, awuhlwanyelanga imbewu enhle ensimini yakho na? Pho, luvelaphi ukhula?


Kodwa wathi: Hatshi; hlezi nibuthe ukhula, nisiphule namabele kanye nalo.


Kuyekeni kukhule kokubili ndawonye kuze kube sekuvuneni;


Isitha esawuhlwanyelayo nguSathane; ukuvuna kungukuphela kwezwe; nabavuni yizingelosi.


Kwathi umyeni esalibele, zozela zonke zalala.


futhi ngenxa yabazalwane bamanga abangeniswa bengazi, abangena ngokunyenya ukuze bahlole ukukhululeka kwethu esilakho kuKristu Jesu, ukuze basenze izigqili;


nibhekisise kungabikho osilela umusa kaNkulunkulu; funa kumile impande yokubaba inikhathaze, kungcoliswe abaningi ngayo;


Zithibeni, niqaphe; ngokuba isitha senu uSathane, njengengonyama ebhongayo, siyahamba sifuna engamshwabadela;


Kepha kwakukhona nabaprofethi bamanga phakathi kwabantu, njengokuba naphakathi kwenu kuyakuba khona abafundisi bamanga abazakungenisa ngasese izifundiso ezibhubhisayo, bephika neNkosi eyabathengayo, bezilethela ukubhujiswa okusheshayo.


Waphonswa phansi udrako omkhulu, inyoka endala ethiwa uDeveli noSathane, odukisa izwe lonke; waphonswa phansi emhlabeni, nezingelosi zakhe zaphonswa phansi kanye naye.


Sidukisa abakhileyo emhlabeni ngezibonakaliso esase sinamandla ukuzenza phambi kwesilo; sitshela abakhileyo emhlabeni ukuthi basenzele umfanekiso isilo, esasinenxeba lenkemba, kodwa saphila.


Kodwa ngilezinto ezinlutshwana ngawe, ukuthi uvumela owesifazana uJezebeli, ozibiza ngokuthi ungumprofethikazi, ukufundisa lokuduhisa inceku zami ukuthi ziphinge lokuthi zidle okuhlatshelwe izithombe.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka